![](https://blogger.googleusercontent.com/img/b/R29vZ2xl/AVvXsEgNE_R-I4NJ7G5In6lFAsShZ5DtZ-uQg8DHrjdxoiYMQWJzG0jrFmCngmPQOz6z90pUl1T2R6lMjShAkvX2JpZ6CURN3pW-gtyZa2q8oCAlJ-xpskDHxBZ7uKnTiMsdxQ3Zc9i9T3eR7Zg/s320/Ifotho388.jpg)
Awbheke nje ukuthi abantu bakithi bama endaweni enjani belindele ukusizwa ngezicelo zabo zempesheni. Uma kushisa bashiswa yilanga bemi khona la. Lapha-ke kuseMANGUZI WELFARE/SASSA OFFICES. angeke yini kube nendawo engcono kunalena na iManguzi inkulu kangaka?
No comments:
Post a Comment