Monday, May 12, 2008

Ziyaye zibe njena-ke izinto if kune House Part ePMBurg






















Uyazi ukuthi kubhora kanjani ukwenza i party esilungwini cos omakhelwane abafune msindo, so uyaye uzithole usuhleka ubala nje futhi uhlekala phantsi kuhle kwale ntokazi engu Thanda ingeyase PMB ondonga zibomvu, ebonakala lapha esithombeni, lapha kusendlini kaBo Mhlongo umfana osetthuthuke kakhulu emkhakheni we Civil Engineering, in fact he owns a company known as Bo Mhlongo Civil.... Well done bru keep it up maybe ungazo qoqa qoqa nje okwabafanyana oku bulawa yinsangu nenjemane la eManguzi so nabo bezoba ngabantu njengawe bhuti. Ukhule nje bla wam ungakhokhobi kodwa!!!

2 comments:

Her Fabulousness said...

You guys look like you really enjoyed urselves but how many girlfriends does BO have? I'm the one from Jhb!!

Andy

slenda said...

zazibuya la ..anyway Congra Bo mfana wase Manguzi.i'm the other one from pmb