Tuesday, June 10, 2008

Zihleze zisha nje eZangomeni ngama Weekends - Inyama noTshwala!!!






















Ogqoke isikipa esimidwibidwibi ngumfana kaNkosana Vumase eThandizwe, uyoma lomfana kodwa unguSonhlalakahle waseManguzi Welfare Office, eceleni kwalesi sokuqala isithombe nguSimphiwe Mthethwa ovela ngekepisi, umfana osebenza eFNB Kosi Bay ave enomusa bo uyaksiza nje uma uxakekile, olandelayo nguParty Vumase odume nge Blog oyi founder yayo yona le esiyisebenzisayo, ozofihlile nguNkululeko Msane onguMhlengikazi wesilisa eManguzi Hospital, I wonder ubezifihlelani cos i informed everyone who was there ukuthi sekunjalo sengiyathwebula.
kwesingezansi kwaLeft nguSfiso Vumase, usebenza esbhedlela eManguzi, uyazomela naye ufana nomfana kaNkosana, womile nje njengamanje. Umfana ogqoke okuyisikipa esibomvu kanye nezibuko nguMbuso Mfana Mthembu ungowakwaSkhemelele, ave eythanda i Manguzi kwangathi kukubo kanti cha bo kusedolobheni lapha eManguzi than Skhemelele, he is a charmer bru uma umbhekisisa kahle kungathi uzalwa ndawonye noZola (Bonginkosi Dlamini).
Come to Zangomeni uzoba grand nabondaba bahleze bekhona, siyababona nje thina uma sebeqalile lezizinto zabo, sivele sibheke lena like asbaboni...

No comments: