Tuesday, April 22, 2008

Ave uyi trouble ugesi bafowe2...


Look what happens if ugesi uhambile, people tend to re


fill their gas cylinders. On the 21st of April 2008 people were queing in their numbers befuna ukuthi belale bedlile cos asisajwayele ukubasa umlilo, kwazise phela yibona abelungu abasifundisa ukuthi ulwazi lwethu luncane sidinga uku kopela from bona. Kuze kwashaya abo 18h30 on the 21st April abantu belinde ukugcwaliselwa amagas abo, umoya unjani wona, omunye usisi engingeke ngambalula ngegama lakhe ugodole waze wathi ucela ngiyomthathela ijezi ekhaya cos akasakhoni uzoshona. This picture was captured at Boxer Build by Silwane LZ

No comments: